Kwa-Audi South Africa bethule amaSUV abo angamawele iQ7 neQ8 athuthukisiwe ngokwenziwa kwezinguquko ezimbalwa kuwo kwalethwa ...
Kudingeke ukuba kuphakanyiswe ngobunono ibhasi ukuze kutakulwe abagibeli abalimale kabi abebevaleleke ngaphansi kwabo.
INSIMBI yeminyaka edlule ye-Orlando Pirates, uSiyabonga Sangweni, ikhulekela ukuthi udumo lungangeni ekhanda likaMbekezeli ...
Kwabashonile kule ngozi, kukhona nomlandeli @KaizerChiefs othandwa ngabaningi KwaZulu-Natal uNkosinathi Gubevu Kufa. Le ...
Umdlali wamaBhokobhok, uJoseph Dweba, ubheke ukuqala kabusha eqenjini laphesheya, i-Exeter Chiefs, ngesizini ezayo.
OWAQEQESHA uSamukelo Kabini eqenjini leDStv Diski Challenge le-Orlando Pirates, uMandla Qhogi, ukholwa wukuthi lo mdlali uye ...
AWUKHO umbandela obekelwe umqeqeshi, uManqoba “TV” Mngqithi, kwiLamontville Golden Arrows osanda kukhuza ibuya kuleli qembu ...
I-Sadtu ithathe lesi sinqumo sokuthi kumele ibize le ngqungquthela eyisipesheli ngoba ihlale yeseka uKhongolose okhethweni.
Amaqembu ahlukene epolitiki anikele eSharpville ukukhumbula isibhicongo esashiya abantu abangu-69 beshonile behlaselwa amaphoyisa kahulumeni wobandlululo ngesikhathi kunombhikisho we-dom pasi.
Isikhungo sezempilo esizimele i-Affinity Health sesiveze ukuthi ukunaka impilo yakho ngokuhlale uhlolela lezi zifo nezinye ezahlukene ngisho kungonakele lutho nje, kungasiza ukuthi ugweme ukuhlale ...
"Bamdabukela ngoba ekhubazekile loyamjitha. Sikhona, sicula. Besithanda abantu. Ngoba asikho bafishane thina (asiqashwa). Ngacasuka kwathi angizinqamule izinyawo. " ...
UDkt Kunene usho njalo ekhuluma emcimbini wokucobelela intsha ngolwazi lwezobuciko obuseBat Centre, eThekwini ngoLwesihlanu, lapho abengesinye sezikhulumi eziqavile zosuku, ebezicobelela izihambeli ...